Igama lesayensi le-Imfeyenkawu (Iphakama) ngu-Ansellia africana, elaziwa ngesiNgisi ngokuthi i-"leopard orchid". Le-orchid imila ezihlahleni (hhayi emhlabathini), itholakala kabanzi e-Afrika.
Imfeyenkawu umuthi, elinye igama lawo Iphakama, wenzani lomuthi uyangena kwidliso locansi, uyangena kwisigezo esikhothwayo, uyangena kwizincabo zocansi. Iyangena ezikhafulweni eziyiziphephetho kanye nezikhafulo ezisebenzisa ulwandle. Kudumile ukuthi lomuthi wenza umfazi wakho okugibela ekhanda angakuthobele. Usetshenziswa futhi ukuqinisa uthando kanye nasemthini wokukhulelwa.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |